Albert Luthuli

From Wikipedia, the free encyclopedia

Albert Luthuli

Albert John Mvumbi Luthuli wazalelwa e Solusi mission station e Zimbabwe. Wazalwa ngo 1898, ubabawakhe ngu John Bunye Luthuli. u-Albert John wayeyi ngane ye nkosi eGroutville e Mvoti Mission Reserve ngase stanger, eNatali. Waba yi christian missionary nge langa lesikhombisa esontweni elibizwa nge-adventist. Wayengumtoliki endaweni yase Matabele eRhosedia. umama wakhe kwaku ngu-Mtonya Gumede futhi wayechitha isikhathi esiningi endlini kaCetshwayo ka Mpande. Wayeyi nkosi yombuso waKwaZulu kodwa futhi wayeyingane yesithathu.

Thumb
Albert John Luthuli (1961)

Ubaba wakhe kwakungu-John Bunyan Luthuli, owayechitha kakhulu isikhathi naye kanye no mama wakhe kusukela onyakeni ka-1906 kuya ku-1908 endaweni yase Groutville. Babehlala no malume owayebizwa ngo Marthin Luthuli ngonyaka ka-1911. u-Albert wafunda esikoleni esibizwa nge-Local Congregationalist Mission School.

Albert wayakofunda e-Ohlange Institution Boarding School eyayiphethwe ngu-John Dube owayenguhulumeni we-South African Native National Council (SANNC). u-Albert wathuthelwa e-Edendale ngase Mgungundlovu ukuze aqhubeke izifundo zakhe zobuthisha. Washona ngo-Ntulikazi 21, 1967.

Wikiwand in your browser!

Seamless Wikipedia browsing. On steroids.

Every time you click a link to Wikipedia, Wiktionary or Wikiquote in your browser's search results, it will show the modern Wikiwand interface.

Wikiwand extension is a five stars, simple, with minimum permission required to keep your browsing private, safe and transparent.