Ukuqopha ngenhloso yokukhiqiza isithombe sokukhanya kwemiyinge emithathu From Wikipedia, the free encyclopedia
Ukumomonyaliza wubuchule obenza ukuhamba kwemisebe kuqhoshwe ngenhloso yokuphinde kwakhiwe kamuva. Ukumomonyaliza kwaziwa kangcono njengendlelasu yokuphehla izithombe zangempela zemiyinge emithathu, kodwa kusetshenziswa nakwezinye izinto ezinhlobonhlobo. Ngokwesimiselo, kuyinto elula ukuba kukhandwe ummomonyali nganoma yiliphi uhlobo lwamaza.
Ummomonyali wenziwa ngokubeka imisebe yesibili phezu kwemisebe yokuqala, ngokwenza lokho kuphehleka isifaniselo somphazamo esiqoshwa kwinsizakuxhaman yoqobo. Lapho imisebe yesibili iqala ukukhanyisa isifaniselo somphazamo, uyahlakazeka ukuze kwakheke kabusha imisebe yendabuko. Immomonyali ingaphehlwa nangesiCikizi ngokunonga imisebe yomibili bese ihlanganiswa ngokwezezibhangqiwe. Isithombe sezezibhangqiwe esizokwakheka lapho sizoshicilelwa kwifilimu bese sikhanyiswa umthombo ofanele ukuze kwakheke kabusha imisebe yokuqala.
Seamless Wikipedia browsing. On steroids.
Every time you click a link to Wikipedia, Wiktionary or Wikiquote in your browser's search results, it will show the modern Wikiwand interface.
Wikiwand extension is a five stars, simple, with minimum permission required to keep your browsing private, safe and transparent.