IsiCikizikhulu
uhlobo lwesiCikizi esinesidlakalasi kakhulu From Wikipedia, the free encyclopedia
uhlobo lwesiCikizi esinesidlakalasi kakhulu From Wikipedia, the free encyclopedia
IsiCikizikhulu siyisicikizi esinezinga eliphezulu lokusebenza uma siqhathaniswa nesicikizi senjongo evamile. Insebenzo yesiCikizikhulu ivame ukulinganiswa ngemigidingo yezintantanani (float points, FLOPS) ngomzuzwana kuneziyalelo eziyisigidi ngomzuzwana (MIPS). Kusuka ngowezi-2017, sekube khona isicikizikhulu ezingenza ezintantnani eziyi-1017. Uma kuqhathaniswa, isiCikizi sasendlini singasebenza maphakathi namakhulu izintantananinqindi (1011) kuya emashumini ezintantananizaca (1013). Kusuka ngoLwezi kowezi-2017, zonke isicikizikhulu ezisheshayo zomhlaba ezingama-500 bezisebenza ngezingqalahlelo olusekwe kwi-Linux. Ucwaningo olwengeziwe luyenziwa kwelaseMelikq, eYurophu, eThayiwani, eJaphani, naseShayina ukuze kwakhiwe iziCikizikhulu zomlinganisokhulu ezinamandla kakhulu nezibuqabavu ngokobuchwepheshe.
Seamless Wikipedia browsing. On steroids.
Every time you click a link to Wikipedia, Wiktionary or Wikiquote in your browser's search results, it will show the modern Wikiwand interface.
Wikiwand extension is a five stars, simple, with minimum permission required to keep your browsing private, safe and transparent.